Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 5:32 - IsiZulu 2020

32 Kepha Mina ngithi kini: yilowo nalowo olahla umkakhe kungengenxa yokuphinga, umenza aphinge, noganwa ngolahliweyo, uyaphinga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe kungengenxa yokuphinga umenza aphinge, noganwa ngolahliweyo uyaphinga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, umenza ukuba aphinge;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, umenza ukuba aphinge;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 5:32
12 Referans Kwoze  

Ngalokho-ke uma indoda isaphila, yena bese eba ngowenye indoda, uyakubizwa ngesindindwa, kodwa uma indoda isifile, ukhululekile emthethweni, akasiso isindindwa, uma eba ngowenye indoda.


“Yilowo nalowo olahla umkakhe, aganwe ngomunye, uyaphinga; noganwa ngolahlwe yindoda yakhe, uyaphinga.


Umfazi kanamandla phezu komzimba wakhe, kodwa yindoda enawo, kanjalo nendoda kayinamandla phezu komzimba wayo, kodwa ngumfazi onawo.


Kepha Mina ngithi kini: yilowo nalowo obuka owesifazane, amkhanuke, usephingile naye enhliziyweni yakhe.


Kwezwakala izwi efini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ekhethiweyo; yizweni.”


Kwase kubonakala amadoda amabili, uMose no-Eliya, bekhuluma naye;


Ngenxa yokuba wayengenamahloni ngokufeba kwakhe, walingcolisa izwe, ephinga namatshe nezihlahla.


Uma esephumile endlini yakhe, angahamba-ke abe ngowenye indoda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite