Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 28:7 - IsiZulu 2020

7 Phuthumani, nitshele abafundi bakhe ukuthi uvukile kwabafileyo. Useyanandulela ukuya eGalile, nizakumbona khona. Niyabona-ke, senginitshelile.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Hambani masinyane, nitshele abafundi bakhe ukuthi uvukile kwabafileyo; bhekani, uyanandulela ukuya eGalile, nizakumbona khona. Bhekani, nginitshelile.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Hambani masinyane, nitshele abafundi bakhe ukuthi uvukile kwabafileyo; bhekani, uyanandulela ukuya eGalile; niyakumbona lapho; bhekani, nginitshelile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Hambani masinyane, nitshele abafundi bakhe ukuthi uvukile kwabafileyo; bhekani, uyanandulela ukuya eGalile; niyakumbona lapho; bhekani, nginitshelile.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 28:7
20 Referans Kwoze  

kodwa emva kokuba sengivusiwe ngiyakunandulela ukuya eGalile.”


UJesu wayesethi kubo: “Ningesabi; hambani, nibikele abafowethu ukuba bahambe baye eGalile; bayakungibona lapho.”


Kepha nginitshelile ngalezo zinto ukuze kuthi lapho sekufika leso sikhathi, nikhumbule ukuthi nganitshela ngazo; anginitshelanga lokho kwasekuqaleni, ngokuba benginani.”


nokuthi wambelwa, wavuswa kwabafileyo ngosuku lwesithathu njengokwemibhalo,


Manje senginitshelile kungakenzeki, ukuze nikholwe lapho sekwenzekile.


bethi: “Nembala iNkosi ivukile, izibonakalisile kuSimoni.”


Nabo bahamba bayobikela abanye; nalabo abakholwanga.


Yena wahamba wayobabikela bonke labo ababehamba noJesu, ababelila, bekhala.


Kepha emva kokuvuswa kwami ngiyakunandulela ukuya eGalile.”


Niyabona-ke, nginitshele kungakenzeki lokho.


Kumemezeleni, nikuveze; yebo, mabaxoxe. Ngubani owakubikezela lokhu endulo, wakumemezela esikhathini sasemandulo na? AkusiMina Simakade na? Akekho uNkulunkulu ngaphandle kwami, uNkulunkulu olungileyo noMsindisi, akekho ngaphandle kwami.


Ningabi naluvalo, ningesabi; angimemezelanga yini kusukela emandulo, nganazisa na? Nina ningofakazi bami. Ukhona yini uNkulunkulu ngaphandle kwami na? Qha, alikho iDwala; angilazi.”


Emveni kwalokho, wabonwa ngabazalwane abangaphezu kwama-500 ngasikhathi sinye, iningi labo elisaphila namanje, kodwa abanye sebalala.


Bashesha basuka ethuneni benokwesaba nokuthokoza okukhulu, bagijima bayobikela abafundi bakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite