Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:56 - IsiZulu 2020

56 Phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, uMariya unina kaJakobe, uJose, nonina wamadodana kaZebedewu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

56 phakathi kwabo kwakukhona oMariya Magdalena, unina kaJakobe nokaJose, nonina wamadodana kaZebedewu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

56 phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe noJose, nonina wamadodana kaZebedewu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

56 phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe noJose, nonina wamadodana kaZebedewu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:56
13 Referans Kwoze  

Ngasesiphambanweni sikaJesu kwakumi unina, udadewabo kanina, uMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.


UJesu esevukile ekuseni ngosuku lokuqala lweviki, wabonakala kuqala kuMariya Magdalena ayekhiphe kuye amadimoni ayisikhombisa.


UMariya Magdalena noMariya, unina kaJose, babona lapho ayebekwe khona uJesu.


Kwathi seledlulile isabatha, ekuseni kusempondozankomo, ngosuku lokuqala lweviki, kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, ukuzobona iliba.


UMariya Magdalena wafika wabikela abafundi, wathi: “Ngiyibonile iNkosi,” wathi futhi: “Ikushilo lokhu kimi.”


Kwathi ngosuku lokuqala lweviki, uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe emnyango wethuna.


KwakunguMariya Magdalena, uJowana, uMariya unina kaJakobe nabanye, ababikela abaphostoli lezo zinto.


Kepha kwakukhona lapho uMariya Magdalena nomunye uMariya, behleli phambi kwethuna.


Lo akasiyo yini indodana yombazi? Unina akusiye yini uMariya, nabafowabo akusibo yini oJakobe, uJosefa, uSimoni noJuda na?


Kwakukhona nabanye besifazane ababephulukiswe komoya ababi nasezifweni: kwakungoMariya obizwa ngoMagdalena, okwakuphume kuye amadimoni ayisikhombisa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite