Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:38 - IsiZulu 2020

38 Kwakubethelwe kanye naye abaphangi ababili; omunye engakwesokunene, omunye engakwesokhohlo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Kwabethelwa kanye naye abaphangi ababili, omunye ngakwesokunene nomunye ngakwesokhohlo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Kwabethelwa kanye naye abaphangi ababili, esinye ngakwesokunene nesinye ngakwesokhohlo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Kwabethelwa kanye naye abaphangi ababili, esinye ngakwesokunene nesinye ngakwesokhohlo.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:38
10 Referans Kwoze  

Bambethela lapho nabanye ababili ababemphahlile uJesu.


Ngalokho ngiyakuyabela indawo nabakhulu, iyakuhlukanisa impango nabanamandla, ngokuba yawuthulula umphefumulo wayo ekufeni, yabalwa kanye nezelelesi; nokho yathwala izono zabaningi, yakhulekela aboni.


Kwakunabaphangi ababili ababebethelwe kanye naye, omunye engakwesokunene sakhe, omunye engakwesokhohlo sakhe.


Ngisho nabaphangi ababebethelwe esiphambanweni kanye naye, bamhlaza kanjalo.


Ngokuba ngithi kini: kufanele ukuba kugcwaliseke lokho okulotshiweyo ngami, ukuthi: ‘Wabalwa kanye nezelelesi;’ ngokuba lokho okulotshiwe ngami, sekuyafezeka.”


Abeka ngaphezu kwekhanda lakhe icala ayethweswe lona, kubhalwe kwathiwa: LO NGUJESU, INKOSI YABAJUDA.


Ababedlula bamhlambalaza, benikina amakhanda abo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite