Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 27:31 - IsiZulu 2020

31 Esembhinqile, amkhumula ingubo, amembathisa izingubo zakhe, ahamba naye ayombethela esiphambanweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Esembhinqile amhlubula ingubo, amembathisa izingubo zakhe, amuka naye ukuyombethela esiphambanweni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Sebemklolodele, bamhlubula ingubo, bamembathisa ezakhe izingubo, bamuka naye ukuyombethela esiphambanweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Sebemklolodele, bamhlubula ingubo, bamembathisa ezakhe izingubo, bamuka naye ukuyombethela esiphambanweni.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 27:31
12 Referans Kwoze  

Yacindezelwa, yahlushwa, kodwa ayiwuvulanga umlomo wayo. Njengewundlu liyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu ithule phambi kwabagundi bayo, ayiwuvulanga umlomo wayo.


Ngakho-ke naye uJesu, ukuze angcwelise abantu ngegazi lakhe, wahlupheka ngaphandle kwesango.


bamkhiphela ngaphandle komuzi, bamkhanda ngamatshe. Ofakazi babeka izingubo zabo ngasezinyaweni zensizwa ogama layo kuthiwa nguSawula.


“Bayibamba, bayiphonsa ngaphandle kwesivini, bayibulala.


Amadoda amabili, abantu ababi, angena, ahlala phambi kwakhe; afakaza ngaye lawo madoda amabi, athi: “UNabothi uthukile uNkulunkulu nenkosi.” Base bemkhiphela ngaphandle komuzi, bamkhanda ngamatshe, wafa.


nibeke amadoda amabili, abantu ababi, phambi kwakhe, afakaze ngaye ngokuthi: ‘Uthukile uNkulunkulu nenkosi,’ bese nimkhiphela phandle, nimkhande ngamatshe, afe.”


Wayesethi kumfundi: “Bheka unyoko.” Kusukela ngaleso sikhathi, lowo mfundi wamthatha uMariya, wamnakekela.


Wayesemnikela kubo ukuba abethelwe esiphambanweni. Bamthatha-ke, bahamba naye.


Bazakuyinikela kwabezizwe ukuba iklolodelwe, ishaywe, ibethelwe esiphambanweni, kodwa ngosuku lwesithathu izakuvuswa.”


USimakade wathi kuMose: “Lowo muntu kufanele abulawe. Inhlangano yonke iyokumkhanda ngamatshe, ngaphandle kwenkambu.”


“Niyazi ukuthi emuva kwezinsuku ezimbili kuzakuba yiPhasika; iNdodana yomuntu izakukhashelwa ukuze ibethelwe esiphambanweni.”


Esembhinqile, amhlubula ingubo ebukhwebezane, amembathisa izingubo zakhe, ayesephuma naye ukuba ayombethela esiphambanweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite