Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:8 - IsiZulu 2020

8 Kepha abafundi bakhe bekubona lokho, bathukuthela, bathi: “Kumoselwani lokhu na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kepha abafundi bakhe bebona lokho bathukuthela, bathi: “Kwenzelwani lokho kuchitha na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Kodwa abafundi bakhe bekubona bathukuthela, besithi: Ngani lokhu kuchithwa?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kodwa abafundi bakhe bekubona bathukuthela, besithi: Ngani lokhu kuchithwa?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:8
12 Referans Kwoze  

Kepha abanye bathukuthela base bekhuluma bodwa, bethi: “Kungani kumoswa lawa mafutha na?


Wathi: “Niyavilapha, yingakho nithi: ‘Sidedele sihambe siyokwenzela uSimakade umhlatshelo.’


nithi: “Kuyakudlula nini ukwethwesa kwenyanga ukuze sithengise ngokusanhlamvu, kudlule nesabatha ukuze sithengise ngokolo na? Senze i-efa libe lincane, neshekeli libe likhulu, senze nezilinganiso zenkohliso,


Ngase ngibona ukuthi wonke umshikashika, nalo lonke ikhono emsebenzini, kudalwa ngumona. Nalokho kuyize, kufana nokuthi uyoze ubambe utalagu.


Niyasho futhi nithi: ‘Saze sakhathala bo! qede nilinximfele,’ ” kusho uSimakade Wamabandla. “Niletha izilwane ezebiwe, eziqhugayo nezigulayo, nethule umnikelo, ngiyakukwemukela yini lokho esandleni senu na?” kusho uSimakade.


Sebekuzwile lokhu abayishumi, bazithukuthelela izelamani ezimbili.


kwafika kuye owesifazane ephethe umfuma esitsheni se-alabhaste, owawungowenani elikhulu; wawuthela ekhanda likaJesu owayehleli esidlweni.


Ngokuba ngabe kuthengisiwe ngenani eliphezulu, kwaphiwa abampofu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite