Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:51 - IsiZulu 2020

51 Omunye walabo ababenoJesu wagqashula inkemba yakhe, wagenca inceku yomphristi omkhulu, wanquma indlebe yayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Bheka, omunye kwababe noJesu welula isandla, wahosha inkemba yakhe, wayigenca inceku yompristi omkhulu, wayinquma indlebe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

51 Bheka, omunye kwababe noJesu welula isandla, wahosha inkemba yakhe, wagalela inceku yompristi omkhulu, wayinquma indlebe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

51 Bheka, omunye kwababe noJesu welula isandla, wahosha inkemba yakhe, wagalela inceku yompristi omkhulu, wayinquma indlebe.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:51
8 Referans Kwoze  

ngokuba izikhali esilwa ngazo akusizo ezenyama, kodwa ngoNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba, zichithe imidlinzo emibi,


UJesu waphendula, wathi: “Umbuso wami akusiwo owaleli lizwe. Uma umbuso wami ubungowaleli lizwe, izikhonzi zami beziyakungilwela ukuze nginganikelwa kubaJuda. Kepha manje umbuso wami akusiwo owalapha.”


Omunye kwababemi lapho wahosha inkemba, wayigenca inceku yomphristi omkhulu, wayinquma indlebe.


UPhethro wathi kuye: “Noma ngabe kufanele ukuba ngife nawe, angisoze ngakuphika.” Bonke abafundi basho kanjalo.


Kepha waphenduka, wabathethisa, wathi: “Anazi ukuthi ningabamuphi umoya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite