Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:47 - IsiZulu 2020

47 Kwathi esakhuluma; kwafika uJuda, omunye wabali-12, ehamba nesixuku sabantu esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubaphristi abakhulu namalunga esizwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 Esakhuluma, bheka, kwafika uJuda, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu sinezinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu namalunga esizwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

47 Esakhuluma, bheka, kwafika uJudasi, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu namalunga abantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

47 Esakhuluma, bheka, kwafika uJudasi, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu namalunga abantu.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:47
8 Referans Kwoze  

“Madoda, bazalwane, kwakumele ukuba ugcwaliseke umbhalo, uMoya oNgcwele awukhuluma phambilini ngomlomo kaDavide ngoJuda owayengumholi walabo ababamba uJesu,


Ngaleso sikhathi uJesu wathi ezixukwini: “Niphume kungathi nize kumphangi, niphethe izinkemba nezinduku, nizongibamba na? Nsuku zonke bengifundisa ethempelini, kodwa anizange ningibambe.


Kwasuka omunye wabali-12, okuthiwa nguJuda Iskariyothe, waya kubaphristi abakhulu,


Sukumani sihambe; niyabona-ke, ongikhaphelayo useseduze.”


Omkhaphelayo wayebanike isibonakaliso, wathi: “Lowo engiyakumanga nguye; mbambeni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite