Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 26:43 - IsiZulu 2020

43 Wabuyela kubo futhi, wabafumana belele, ngokuba amehlo abo ayegcwele ubuthongo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Esebuya futhi wabafumana belele, ngokuba amehlo abo ayenzima.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

43 Wasebuya wabafica belele, ngoba amehlo abo ayenzima.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Wasebuya wabafica belele, ngoba amehlo abo ayenzima.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 26:43
8 Referans Kwoze  

Kepha uPhethro nababenaye babelele zwi, kodwa kuthe sebephapheme, babona inkazimulo yakhe namadoda amabili ayemi naye.


Akube yilowo nalowo azithobe phansi kwamandla ombuso. Ngokuba akukho mandla ombuso angaveli kuNkulunkulu. Lawa akhona amiswe nguNkulunkulu.


Insizwa ethile, igama layo linguYuthikhusi, yayihleli efasiteleni, yazunywa ngubuthongo obunzima, ngokuba uPawula wayeshumayele isikhathi eside, seyehlulwe ngubuthongo, yawa isuka esitezi sesithathu, yathathwa isifile.


Umkhuzi wamatilosi weza kuJona, wathi: “Ungalala kanjani uhuqe ubuthongo kunje? Vuka ubize owakho uNkulunkulu, mhlawumbe angasizwa, singashabalali.”


Uyakuba njengolele ekujuleni kolwandle, nohlezi esihlokweni sensika yomkhumbi.


Wabuye wahamba okwesibili, wakhuleka wathi: “Baba, uma le ndebe ingenakudlula kimi ngingakayiphuzi, mayenziwe intando yakho.”


Wabuye wabashiya, wayokhuleka ngokwesithathu elokhu esho lona lelo lizwi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite