Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 25:2 - IsiZulu 2020

2 Kepha eziyisihlanu kuzo zaziyiziwula, neziyisihlanu zihlakaniphile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kepha eziyisihlanu kuzo zaziyiziwula, neziyisihlanu zazihlakaniphile.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Ezinhlanu kuzo zazihlakaniphile, ezinhlanu ziyiziwula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ezinhlanu kuzo zazihlakaniphile, ezinhlanu ziyiziwula.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 25:2
14 Referans Kwoze  

Elinye iqoma lalinamakhiwane amahle kakhulu, kungathi ayizithelo zokuqala. Elinye iqoma linamakhiwane amabi kakhulu, ayengenakudliwa ngenxa yobubi bawo.


Kepha ngithanda ukunikhumbuza, nanxa nikwazi konke lokhu ukuthi iNkosi isisikhululile isizwe eGibhithe, emveni kwalokho yabhubhisa labo abangakholwanga.


Bahlubukile kithi, kwazise bebengesibo abakithi, ngokuba uma bebengabakithi bebezohlala nathi. Kepha basihlamukile ukuze babonakalise ukuthi bonke abasibo abakithi.


“Pho ngubani oyinceku ethembekileyo nehlakaniphileyo, inkosi yayo eyibeke ukuba yengamele abendlu yayo, ibanike ukudla ngesikhathi esifaneleyo na?


“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


Ngokuba eziyiziwula zathatha izibani, kodwa aziwaphathanga amafutha.


Kepha ezihlakaniphileyo zawaphatha amafutha ngezitsha nezibani zazo.


“Kepha ezihlakaniphileyo zaphendula, zathi: ‘Qha, funa angasaneli amafutha thina, nani. Okungcono hambani niye kwabathengisayo, nizithengele awenu.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite