Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 25:17 - IsiZulu 2020

17 Kanjalo neyayithole amabili, yazuza amanye amabili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kanjalo obamukele amabili wazuza amanye amabili.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kanjalo nobamukele amabili wazuza amanye amabili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kanjalo nobamukele amabili wazuza amanye amabili.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 25:17
23 Referans Kwoze  

nithengisise isikhathi, ngokuba izinsuku zimbi.


Yilowo nalowo ngokwesipho asemukelisiwe, makakhonze abanye njengezinceku ezinhle zomusa kaNkulunkulu owehlukahlukene.


Kufanele ukuba aziwe ngemisebenzi emihle, njengalowo okhulise kahle abantwana, obe nokuphana ezihambini, ogeze izinyawo zabangcwele, osize abahluphekayo, futhi ozinikele ekwenzeni yonke imisebenzi emihle.


Nitshele u-Arkhiphu, nithi: “Qaphela ukuba uwufeze umsebenzi owawemukelayo eNkosini.”


Uma kukhona ukulangazela, nesipho siyemukeleka njengalokhu umuntu ethanda, kungayi ngalokho angenakho.


Wayengumuntu okholwayo nomesabayo uNkulunkulu kanye nabendlu yakhe yonke. Wayabela abantu abampofu izipho eziningi, ekhuleka kuNkulunkulu engaphezi.


futhi ngimqokile ukuba afundise abantwana bakhe nabendlu yakhe, ukuba bagcine umyalo kaSimakade ngokwenza ukulunga nobulungiswa, ukuze uSimakade akufeze lokho amethembise khona.”


UBharizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engama-80. Nguye owabe ondla inkosi ngesikhathi isahleli eMahanayimi, ngokuba wayengumuntu onothileyo.


Esehambile, inceku eyayinikwe amathalenta ayisihlanu ayipholisanga maseko; yasebenza ngawo, yazuza amanye ayisihlanu.


Kepha leyo eyayithole elilodwa, yahamba, yamba emhlabathini, yayifihla lapho imali yenkosi yayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite