Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 24:19 - IsiZulu 2020

19 Maye, kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kepha maye kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Maye kwabakhulelweyo nakwabancelisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Maye kwabakhulelweyo nakwabancelisayo ngalezo zinsuku!

Gade chapit la Kopi




Mathewu 24:19
12 Referans Kwoze  

Wo, kwabakhulelweyo nakwabancelisayo ngalezo zinsuku! Ngokuba kuyakuba khona ukuhlupheka okukhulu emhlabeni, nentukuthelo yehlele phezu kwalesi sizwe.


Ngesikhathi sokuvinjezelwa nokuchithwa kwabantu bami, izandla zabesifazane ababekade benozwelo, zapheka izingane zabo, zaba ngukudla.


ISamariya liyakuba necala, ngokuba limhlubukile uNkulunkulu walo; bayakufa ngenkemba, izingane zabo ziphahlazwe, abakhulelweyo baqaqwe.”


UJonathani, indodana kaSawule, yayinendodana elunyonga. Yayineminyaka emihlanu lapho kuzwakala izindaba ngoSawule noJonathani zivela eJizreyeli, ngakho-ke umzanyana wayo wayithatha, wabaleka nayo. Ngesikhathi ephuthuma ebaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo kwakunguMefibhoshethi.


Ngaleso sikhathi, uMenahemu wabhubhisa iThifisa nakho konke okwakukulo, izifunda zalo kusuka eThiriza, ngokuba abazange bamvumele. Walibhubhisa, waqhaqha bonke abesifazane ababekhulelwe.


bathi kuye: “Uyakuzwa yini lokhu abakushoyo laba na?” UJesu wathi kubo: “Yebo, anifundanga yini ukuthi: ‘Emlonyeni wezingane nowabancelayo, uzilungisele indumiso’ na?”


osensimini, makangabuyeli emuva ukuyothatha ingubo yakhe.


Khulekelani ukuba ukubaleka kwenu kungabi sebusika noma ngesabatha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite