Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 23:19 - IsiZulu 2020

19 “Zimpumputhe, yikuphi okukhulu phakathi komnikelo ne-althare elingcwelisa umnikelo na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Zimpumputhe, yikuphi okukhulu kunomnikelo ne-altare elingcwelisa umnikelo na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, umnikelo noma i-altare elingcwelisa umnikelo na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, umnikelo noma i-altare elingcwelisa umnikelo na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 23:19
6 Referans Kwoze  

I-althare uyolenzela ukubuyisana izinsuku eziyisikhombisa, ulingcwelise, libe ngcwele kakhulu, ukuze kuthi konke okulithintayo nakho kube ngcwele.”


Uyokungcwelisa ukuze kube ngcwele kakhulu; konke okuzithintayo kuyakuba ngcwele.


Uma umuntu ephethe inyama engcwelisiweyo ingasemphethweni wengubo yakhe, bese ethinta ngomphetho wakhe isinkwa, noma ukudla okuphekiwe, noma iwayini noma amafutha noma ngabe yikuphi ukudla, sekuyakuba ngcwele yini na?’ ” Abaphristi baphendula bathi: “Cha.”


Ziwula, zimpumputhe, kanti yikuphi okukhulu phakathi kwegolide nethempeli elingcwelisa igolide na?


Nibuye nithi: ‘Yilowo ofunga i-althare akulutho lokho, kodwa ofunga umnikelo ophezu kwalo uzibophile.’


Ngakho-ke ofunga i-althare, ufunga lona nakho konke okuphezu kwalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite