Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 22:15 - IsiZulu 2020

15 AbaFarisi basuka lapho, babonisana ukuba bamhile ngezwi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Khona abaFarisi basuka, bacebisana ukuba bamhile ngezwi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Khona abaFarisi basuka benza icebo lokumthiya ekukhulumeni kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Khona abaFarisi basuka benza icebo lokumthiya ekukhulumeni kwakhe.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 22:15
14 Referans Kwoze  

Amakhosi omhlaba ayazihlanganisa, nababusi baceba icebo ngogcotshiweyo kaSimakade, bathi:


Ngokuba, bheka, baqamekela impilo yami, iziqhwaga ziyangihlanganyela, kungekho siphambeko nasono kimi, Simakade.


Yebo, mqondeni yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali nidangale emiphefumulweni yenu.


Ngizwile ukuhleba kwabaningi, bethi: “Luvalo nxazonke. Mmangalele! Masimmangalele!” Bonke abangani bami sebelinde ukuwa kwami. “Mhlawumbe uyakuyengeka, simehlule, siziphindisele kuye.”


Base bethi: “Wozani simakhele uzungu uJeremiya, ngokuba umyalelo awuyukulahleka ngomphristi, ukweluleka ngohlakaniphileyo, nezwi ngomphrofethi; wozani simhlasele ngamazwi ethu, singalinaki nelilodwa lamazwi akhe.”


Ababeka umuntu icala ngezwa bethi, babekele ugibe umthethi wamacala esigcawini, bachezukise olungileyo ngento engelutho.


Izinyathelo zami bazicuphe ngogibe, umphefumulo wami udangele, bangimbele umgodi, kwakhalakathela bona kuwo. Sela


Uma kukhona ozongibona, ukhuluma amanga ngami. Unqwabela okubi enhliziyweni yakhe, aphume akhulume ngakho.


AbaFarisi baphuma, bafakana imilomo ukuthi bangambhubhisa kanjani.


Ngikhuluma lokhu ukuze nisizakale, angiqondile ukunicindezela; kodwa ukuba nihambe ngokufanele, nibambelele eNkosini, ningaphazanyiswa yilutho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite