Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:4 - IsiZulu 2020

4 Lokhu kwenzeka ukuze kugcwaliseke okwashiwo ngomphrofethi ukuthi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha lokho kwenzeka ukuba kugcwaliseke okwashiwo ngumprofethi othi:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Konke lokhu kwenzeka, ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi ukuthi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Konke lokhu kwenzeka, ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi ukuthi:

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:4
9 Referans Kwoze  

Thokoza kakhulu ndodakazi yaseZiyoni, hlokoma ngenjabulo ndodakazi yaseJerusalema. Uyabona-ke, iNkosi yakho iza kuwe, ilungile, inqobile, ithobekile, igibele imbongolo, ithole, inkonyane yembongolokazi.


“Ungesabi, ndodakazi yaseZiyoni; inkosi yakho iyeza, igibele ithole lembongolo.”


Konke lokho kwenzeka ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa yiNkosi ngomphrofethi, yathi:


Kepha konke lokho kwenzekile ukuba kugcwaliseke imibhalo yabaphrofethi.” Khona bonke abafundi bamshiya babaleka.


Uma kukhona umuntu osho utho kini, niyakuthi: ‘INkosi iyazidinga;’ uyakuzibuyisa ngokushesha.”


Baliletha ithole kuJesu, babeka izingubo zabo phezu kwalo, wahlala kulo.


Base beliletha kuJesu, babeka izingubo zabo phezu kwalo, bamgibelisa kulo uJesu.


Ngakusasa abantu abaningi abebeze emkhosini, sebezwile ukuthi uJesu uyeza eJerusalema,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite