Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:30 - IsiZulu 2020

30 “Waya nakwenye, washo okufanayo kuyo. Yona yaphendula yathi: ‘Ngizoya, nkosi,’ kepha kayiyanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 “Wayeseya kwenye, washo kanjalo. Yona yaphendula yathi: ‘Ngiyaya, nkosi;’ kepha kayiyanga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Wasesiza kowesibili, wakhuluma ngokunjalo. Wasephendula wathi: Ngiyahamba, nkosi;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Wasesiza kowesibili, wakhuluma ngokunjalo. Wasephendula wathi: Ngiyahamba, nkosi;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:30
6 Referans Kwoze  

Bavuma ukuthi bayamazi uNkulunkulu, kepha bayamphika ngemisebenzi yabo, bangabenyanyekayo, abangalaleli, abangalungele lutho oluhle abangalwenza.


Bafika kuwe bengabantu, bahlale phambi kwakho njengabantu bami, balalele amazwi akho, nokho abawagcini. Ngomlomo wabo babonakalisa uthando olukhulu, kodwa inhliziyo yabo ibe ilandela inzuzo yabo engafanele.


Ngakho-ke konke abanitshela khona kwenzeni, nikugcine, kodwa ningakwenzi abakwenzayo. Ngokuba bayakhuluma, kodwa bangakwenzi abakushoyo.


“Kepha yaphendula yathi: ‘Angithandi,’ kodwa kamuva yaguqula umqondo wayo, yaya.


“Iyiphi kula madodana amabili eyenza intando kayise na?” Bathi kuye: “Eyokuqala.” UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: abathelisi nezifebe bangena ngaphambi kwenu embusweni kaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite