Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:16 - IsiZulu 2020

16 bathi kuye: “Uyakuzwa yini lokhu abakushoyo laba na?” UJesu wathi kubo: “Yebo, anifundanga yini ukuthi: ‘Emlonyeni wezingane nowabancelayo, uzilungisele indumiso’ na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 bathi kuye: “Uyakuzwa lokhu abakushoyo laba na?” UJesu wathi kubo: “Yebo, anizange nifunde yini ukuthi: ‘Emlonyeni wezingane nowabancelayo uzilungisele indumiso,’ na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Bathi kuye: “Uyakuzwa lokhu abakushoyo laba na? UJesu wathi kubo: Yebo; anikaze nifunde ukuthi: Emlonyeni wezingane nabasancela uphelelisile ukudumisa na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Bathi kuye: “Uyakuzwa lokhu abakushoyo laba na? UJesu wathi kubo: Yebo; anikaze nifunde ukuthi: Emlonyeni wezingane nabasancela uphelelisile ukudumisa na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:16
11 Referans Kwoze  

Emlonyeni wezingane nowabancelayo, umisile amandla ngenxa yezitha zakho, ukuze ushabalalise isitha nomphindiseli.


Kwathi ngaleso sikhathi uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo, nakulabo abanokuqonda, kodwa wakwambulela izingane.


Waphendula, wathi kubo: “Anifundanga yini ukuthi owadala ekuqaleni wabenza owesilisa nowesifazane,


Wathi kubo: “Anifundanga yini okwenziwa nguDavide nayehamba nabo mhla elambile,


Wathi kubo: “Kanti anifundanga yini ngokwenziwa nguDavide mhla eswele, futhi elambile, yena nayehamba nabo na?


Maqondana nokuvuka kwabafileyo anifundanga yini okwakhulunywa nguNkulunkulu kini, ethi:


Kepha maye, kwabakhulelweyo nabancelisayo, ngalezo zinsuku!


Wo, kwabakhulelweyo nakwabancelisayo ngalezo zinsuku! Ngokuba kuyakuba khona ukuhlupheka okukhulu emhlabeni, nentukuthelo yehlele phezu kwalesi sizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite