Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 21:14 - IsiZulu 2020

14 Kwase kufika kuye izimpumputhe, nezinyonga esesethempelini, waziphulukisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kwase kufika kuye izimpumputhe nezinyonga ethempelini, waziphulukisa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kwase kufika kuye izimpumputhe nezinyonga ethempelini; wasebasilisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwase kufika kuye izimpumputhe nezinyonga ethempelini; wasebasilisa.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 21:14
7 Referans Kwoze  

Lelo lizwi lalithi: uNkulunkulu wamgcoba uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamadla, owahamba enza okuhle, ephilisa bonke ababephansi kwamandla kaSathane, ngokuba uNkulunkulu wayenaye.


UJesu wahamba imizi yonke nemizana efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa bonke abanezifo ezahlukene, nokugula konke.


Walihamba lonke iGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephilisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.


Amehlo ezimpumputhe ayakuvuleka, izindlebe zezithulu zivuleke,


Kepha abaphristi abakhulu nezazimthetho, sebezibonile izimangaliso ayezenza, nabantwana bememeza ethempelini, bethi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide,” bacasuka,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite