Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 20:31 - IsiZulu 2020

31 Kepha isixuku sazikhuza, sathi azithule, kodwa zamemeza kakhulu kunakuqala, zithi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kepha isixuku sazikhuza ukuba zithule, kodwa kwayikhona zimemeza kakhulu, zithi: “Nkosi, Ndodana kaDavide, sihawukele!”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Isixuku sabakhuza ukuba bathule; kepha bamemeza kakhulu, bathi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Isixuku sabakhuza ukuba bathule; kepha bamemeza kakhulu, bathi: “Sihawukele, Nkosi, Ndodana kaDavide!

Gade chapit la Kopi




Mathewu 20:31
12 Referans Kwoze  

Kwase kulethwa kuye abantwana ukuze abeke izandla phezu kwabo, abakhulekele, kodwa abafundi babakhuza.


Qiniselani ekukhulekeni, nilinde nikuwo ninokubonga.


Kepha akamphendulanga ngazwi. Kwase kusondela kuye abafundi bakhe, bamncenga bathi: “Mmukise, ngokuba uyakhala emva kwethu.”


Ababehamba ngaphambili bayikhuza ukuba ithule, kodwa kwayilapho isho kakhulu ngengila, ithi: “Ndodana kaDavide, ngihawukele!”


Ngenkathi uJesu edlula lapho, walandelwa yizimpumputhe ezimbili ezazimemeza zithi: “Ndodana kaDavide, sihawukele!”


Kwakuhleli izimpumputhe ezimbili ngasendleleni. Zathi zingezwa ukuthi uJesu uyadlula, zamemeza zathi: “Nkosi, Ndodana kaDavide, sihawukele!”


UJesu wema, wazibiza wathi: “Nifuna ukuba nginenzeleni na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite