Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 19:20 - IsiZulu 2020

20 Insizwa yathi kuJesu: “Konke lokhu ngikugcinile, pho ngisasalelwe yini na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Insizwa yathi kuye: “Konke lokho ngikugcinile; ngisasilalelweni na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Insizwa yathi kuye: “Konke lokho ngikugcinile kwasebusheni bami;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Insizwa yathi kuye: “Konke lokho ngikugcinile kwasebusheni bami;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 19:20
12 Referans Kwoze  

Ngakho umthetho wawungumqaphi wethu osiyisa kuKhristu, ukuze silungisiswe ngokukholwa.


Ngangiyisishisekeli esizingela ibandla, ngokokulunga okusemthethweni ngingongasolekiyo.


Mina-ke ngake ngahamba ngaphandle komthetho, kodwa kwathi ukuba kufike umyalo, savuka isono,


Kuthe besambuza waphakama, wathi kubo: “Ongenasono phakathi kwenu makabe ngowokuqala ukumkhanda ngetshe.”


Kepha yaphendula, yathi kuyise: ‘Bheka nje, iminyaka engaka ngikusebenzela; angizange ngiweqe umyalo wakho, kepha mina awukaze ungihlabise ngisho nezinyane lembuzi leli, ukuba ngithokoze nabangani bami.


Ngithi kini: kanjalo kuyakuba khona ukuthokoza ezulwini ngesoni sisinye esiphendukayo, kunabalungileyo abangama-99 abangakudingi ukuphenduka.


hlonipha uyihlo nonyoko; wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.”


UJesu wathi kuyo: “Uma uthanda ukuba ngopheleleyo, hamba uthengise ngempahla yakho, uphe abampofu, yikhona uyoba negugu ezulwini, bese uza ungilandele.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite