Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 18:33 - IsiZulu 2020

33 Pho kungani wena ungayihawukelanga inceku efana nawe, njengalokhu nami ngikuhawukele na?’

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 nga ungayihawukelanga yini inceku ekanye nawe, njengokuba nami ngikuhawukele, na?’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Bekungafanele yini nawe ube nesihawu ngenceku kanye nawe, njengalokho nami ngakuhawukela na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Bekungafanele yini nawe ube nesihawu ngenceku kanye nawe, njengalokho nami ngakuhawukela na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 18:33
9 Referans Kwoze  

nibekezelelane, nithethelelane, uma umuntu enesikhalo ngomunye, njengokuba neNkosi yanithethelela, nani yenzani kanjalo.


Maniphathane ngobumnene, nizwelane, nithethelelane, njengoba noNkulunkulu wanithethelela kuKhristu.


sithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanecala kithi;


Babusisiwe abanesihawu, ngokuba bayakuhawukelwa.


Inkosi yayo yayibiza, yathi kuyo: ‘Nceku embi, ngikuthethelele isikweletu sakho ngokuba ungincengile.


Inkosi yayo yathukuthela, yayinikela kubaphathi bejele, ize isikhokhe isikweletu sayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite