Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 18:17 - IsiZulu 2020

17 Uma enqaba ukubezwa, tshela ibandla; uma engafuni ukulalela ngisho nalo ibandla, makabe njengowezizwe nomthelisi kuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Uma enqaba ukubezwa, tshela ibandla; uma enqaba ukuzwa nalo ibandla, makabe kuwe njengowezizwe nomthelisi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Uma engasezwa, tshela ibandla;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Uma engasezwa, tshela ibandla;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 18:17
27 Referans Kwoze  

Kepha bazalwane, siyaniyala egameni leNkosi yethu uJesu Khristu ukuba nibagweme abazalwane abangamavila, abangawulandeli umyalo enawemukela kithi.


Encwadini yami nganibhalela ukuthi ningahlangani nezifebe.


Niyakukwazi ukuthi Mina nginguSimakade, ngokuba anihambanga ngezimiso zami, nezehlulelo zami anizigcinanga, kodwa nenze njengezehlulelo zezizwe ezinizungezileyo.” ’ ”


Abantu bakwa-Israyeli ababebuye ekuthunjweni nabo bonke abase beyiyekile imikhuba yabezizwe bazinikela ekukhonzeni uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, badla iPhasika.


ukuxabana okungapheliyo kwabantu abangqondo yabo yonakalisiwe, futhi abaphucwe iqiniso, abathi ukuzenzela inzuzo kungubuNkulunkulu.


Kwase kusondela kuye abathelisi nezoni ukuba bamlalele.


INdodana yomuntu yafika yadla, yaphuza, kodwa bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nenkolotshe, umngani wabathelisi nezoni.’ Kepha ukuhlakanipha kukaNkulunkulu kubonakala ukuthi kuyiqiniso ngemiphumela yakho.”


UmFarisi wema, wakhuleka wathi: ‘Nkulunkulu, ngiyakubonga ngokuba ngingenjengabo abanye abantu: izigebengu, izikhohlakali, iziphingi, nanjengalo mthelisi.


Ngokuba uma nithanda abanithandayo, ninamvuzo muni na? Abenzi yini kanjalo nabathelisi na?


Kepha uma nikhuleka, ningathemelezi njengabezizwe, ngokuba bacabanga ukuthi bayakuzwakala ngokukhuluma kwabo okuningi.


uFiliphu, uBhartholomewu, uThomase, uMathewu umthelisi, uJakobe ka-Alifewu, uThadewu,


Uma omunye wenu enombango nomunye, angalokotha yini ammangalele kwabangakholwayo, kunokuba udaba alwethule kubazalwane na?


Bafika ozalweni lukaRubeni nolukaGadi nasengxenyeni yesizwana sakwaManase kwaGileyadi, bathi kubo:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite