Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 15:26 - IsiZulu 2020

26 UJesu waphendula wathi: “Akukuhle ukuthatha isinkwa sabantwana, usiphonse ezinjeni.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Waphendula wathi: “Akukuhle ukuthatha isinkwa sabantwana, usiphonse ezinjaneni.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Kepha waphendula wathi: “Akukuhle ukuthatha isinkwa sabantwana, siphonse ezinjaneni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kepha waphendula wathi: “Akukuhle ukuthatha isinkwa sabantwana, siphonse ezinjaneni.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 15:26
10 Referans Kwoze  

“Ningaziniki izinja okungcwele, ningawaphonsi amapharele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo, ziphenduke, zinidwengule.


Xwayani izinja, nixwaye izisebenzi ezimbi, nixwaye nabazisika imizimba.


ukuthi ngaleso sikhathi naningenaye uKhristu, ningaphandle komphakathi wabakwa-Israyeli, ningabafokazi ezivumelwaneni zesithembiso, ningenathemba, futhi ningenaNkulunkulu emhlabeni.


“Thina esingabaJuda ngokwemvelo, singesizo izoni zabezizwe;


Ngaphandle kukhona izinja, abathakathi, izifebe, ababulali, abakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nabenza amanga.


abangaba-Israyeli, okungesabo isimo sobuntwana nenkazimulo; izivumelwano, ukumiswa komthetho, inkonzo, nezithembiso;


Owesifazane weza, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi ngisize.”


Owesifazane wathi: “Yebo, Nkosi, kepha nezinjana zidla imvuthuluka ewa etafuleni labaninizo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite