Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 15:16 - IsiZulu 2020

16 Wayesethi: “Kanti nani anikabi nakuqonda na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesethi: “Kanti nani nisengabangaqondiyo na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 UJesu wathi: “Kanti nani anikaqondi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 UJesu wathi: “Kanti nani anikaqondi na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 15:16
15 Referans Kwoze  

Anikaqondi yini, futhi anizikhumbuli izinkwa eziyisihlanu ezondla izi-5 000 nokuthi nabutha iziqabetho ezingaki na?


Kepha abakuqondanga lokho ayekusho, besaba nokumbuza.


Wayesethi kubo: “Kanti nani aninakuqonda na? Aniqondi yini ukuthi konke okungaphandle uma kungena kumuntu akunakumngcolisa na?


Kabaqondanga ukuthi isho ukuthini inkulumo yakhe, ngokuba yayifihliwe kubo, funa bayiqonde, futhi besaba ukumbuza ngayo.


Wayesebiza isixuku, wathi kuso: “Yizwani, niqonde.


Lokhu benifanele ukuba nibe ngabafundisi, ukuba kuya ngesikhathi eninaso, niyadinga ukuba kube khona ozakunicathulisa, anifundise iziqalo zemfundiso yezwi likaNkulunkulu; nisadinga ubisi, hhayi ukudla okuqinileyo.


Wayeseyivula imiqondo yabo ukuze bayiqonde imibhalo.


Kepha abakuqondanga lokho; leli lizwi laliyimpicabadala kubo, abakuqondanga lokho akushoyo.


Ngokuba abakuqondanga okwenzeke ezinkweni, lokhu inhliziyo yabo yayilukhuni.


Aniqondi ngani ukuthi bengingakhulumi kini ngesinkwa na? Kepha xwayani imvubelo yabaFarisi nabaSadusi.”


“Nikuqondile yini konke lokhu na?” Bathi kuye: “Yebo.”


UPhethro waphendula wathi kuye: “Sichazele lo mzekeliso.”


Aniqondi yini ukuthi konke okungena emlonyeni kuya esiswini, kuze kulahlelwe ngaphandle na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite