Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 15:12 - IsiZulu 2020

12 Kwase kusondela abafundi bakhe, bathi kuye: “Uyazi yini ukuthi abaFarisi bathe bangalizwa lelo lizwi, bakhubeka na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Khona kwasondela abafundi bakhe, bathi kuye: “Uyazi ukuthi abaFarisi bathe bezwa lelo zwi, bakhubeka na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Base besondela abafundi bakhe, bathi kuye: “Uyazi yini ukuthi abaFarisi bakhubeka sebezwile leli zwi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Base besondela abafundi bakhe, bathi kuye: “Uyazi yini ukuthi abaFarisi bakhubeka sebezwile leli zwi na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 15:12
9 Referans Kwoze  

Kepha ukuhlakanipha okuvela phezulu okokuqala nje, kuhlanzekile, bese kuba nokuthula, uzwela, ukulalela, futhi kugcwele ububele nezithelo ezinhle; akunalubandlululo nakuzenzisa.


Kepha ukuze nilondelwe iqiniso levangeli ukuba liqhubeke ngani, asizange sihlehle ngisho nakancane nje ukuba sibathobele.


Asibekeli muntu isikhubekiso, funa inkonzo yethu igxekwe.


Kepha-ke ukuze singabakhubekisi, hamba uye olwandle, uphonse udobo, uthathe inhlanzi eyakubanjwa kuqala; kuyakuthi lapho usuyivule umlomo, ufumane imali; yithathe, ubanike yona, uthelele Mina nawe.”


Ubusisiwe ongayukukhubeka ngenxa yami.”


Akusikho okungena emlonyeni okumngcolisayo umuntu, kodwa yilokho okuphuma emlonyeni okumngcolisayo umuntu.”


Kepha waphendula wathi: “Yileso naleso sithombo esingatshalwanga nguBaba wasezulwini, siyakusishulwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite