Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:26 - IsiZulu 2020

26 Kepha abafundi sebembonile ehamba phezu kolwandle bashaywa wuvalo, bethi ngumungcwi; bakhala ngokwesaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Kepha abafundi sebembonile ehamba phezu kolwandle bashaywa luvalo, bethi yisithunzi; bakhala ngokwesaba.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Kuthe abafundi bembona ehamba phezu kolwandle, bashaywa luvalo, bethi yisithunzi; bakhala ngokwesaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kuthe abafundi bembona ehamba phezu kolwandle, bashaywa luvalo, bethi yisithunzi; bakhala ngokwesaba.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:26
11 Referans Kwoze  

Kepha bona bethuka kakhulu, kwaphela nasozwaneni becabanga ukuthi babona umungcwi.


Lapho ngimbona ngawa phansi ngasezinyaweni zakhe, nganjengofileyo. Wayesebeka isandla sakhe sokunene phezu kwami, ethi: “Ungesabi; Mina ngingowokuqala nowokugcina,


Besaba, base bekhothama bathi mbo ngobuso phansi, ayesethi kubo: “Nimfunelani ophilayo kwabafileyo na?


Kepha bathi kuyo: “Uyahlanya.” Kepha yagcizelela ithi: “Ngempela kunjalo.” Bona bathi: “Yingelosi yakhe.”


Wayeseyivula imiqondo yabo ukuze bayiqonde imibhalo.


Kuthe uma bengasitholi isidumbu sakhe, bafika bathi babone nombono wezingelosi ezithe uyaphila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite