Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:25 - IsiZulu 2020

25 Kuthe ngomlindo wesine wobusuku uJesu weza kubo ehamba phezu kolwandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Ngomlindo wesine wobusuku weza kubo ehamba phezu kolwandle.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Ngomlindo wesine wobusuku uJesu waya kubo ehamba phezu kolwandle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngomlindo wesine wobusuku uJesu waya kubo ehamba phezu kolwandle.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:25
11 Referans Kwoze  

oweneka izulu yedwa, ahambe phezu kwamaza olwandle,


Kuthe sebegwedle ibanga elingaba ngamastadiyu angama-25 noma angama-30, bambona uJesu ehamba phezu kolwandle esondela esikebheni, besaba.


wababona ukuthi banobunzima obukhulu lapho begwedla, ngokuba umoya wawuphambana nabo. Kwathi ngomlindo wesine wobusuku, weza kubo ehamba phezu kolwandle; kwaba sengathi uyadlula kubo.


Kepha yazini lokhu ukuthi, ukuba umninindlu ubazi ukuthi isela liyakugasela nini ebusuku, ubeyakulinda, angavumi ukuba indlu yakhe igqekezwe.


Zibusisiwe lezo zinceku okuyakuthi noma inkosi yazo ifika kwesikabhadakazi noma entathakusa, izifumane zilindile.


Ubeka imishayo yezindlu zakhe emanzini, wenza amafu abe yinqola yakhe, uhamba ngamaphiko omoya,


Ingelosi engayibona ime phezu kolwandle naphezu komhlabathi, yaphakamisa isandla sayo sokunene yasibhekisa ezulwini,


iphethe esandleni sayo incwadi encane evuliweyo. Yayisibeka unyawo lwayo lwesokunene phezu kolwandle, kwathi olwesokhohlo yalubeka phezu kwezwe,


Izwi engalizwa livela ezulwini laphinda futhi lakhulma nami, lathi: “Hamba uthabathe incwadi evulekileyo esesandleni sengelosi emi phezu kolwandle naphezu komhlaba.”


“Ngakho-ke lindani, ngokuba anazi ukuthi umnikazi wendlu uyakufika nini, noma kusihlwa, noma kwesikabhadakazi, noma ngokukhala kwezinkukhu noma ekuseni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite