Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:22 - IsiZulu 2020

22 Wabacindezela abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni masinyane, bamendulele, baye ngaphesheya, ukuze ahlakaze izixuku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Wayesecindezela masinyane abafundi ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya phesheya, aze amukise izixuku.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Khona masinyane uJesu wacindezela abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya phesheya, yena esamukisa izixuku.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Khona masinyane uJesu wacindezela abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya phesheya, yena esamukisa izixuku.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:22
6 Referans Kwoze  

Esezihlakazile izixuku, wangena esikebheni, waya eMagadana.


UJesu wayesezihlakaza izixuku, waya endlini. Abafundi bakhe basondela kuye, bathi: “Sichazele ngomzekeliso wokhula ensimini.”


Labo abadlayo kwakungamadoda abalelwa ezi-5 000, ngaphandle kwabesifazane nezingane.


Kwathi sekufike uSila noThimothewu bevela eMakhedoniya, uPawula wagxila kakhulu ezwini, efakaza kubaJuda ngokuthi uJesu unguKhristu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite