Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:21 - IsiZulu 2020

21 Labo abadlayo kwakungamadoda abalelwa ezi-5 000, ngaphandle kwabesifazane nezingane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Kepha abadlayo kwakungathi amadoda ayizinkulungwane eziyisihlanu ngaphandle kwabesifazane nabantwana.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Lababedlile kwakungamadoda angathi izinkulungwane ezinhlanu ngaphandle kwabesifazane nabantwana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Lababedlile kwakungamadoda angathi izinkulungwane ezinhlanu ngaphandle kwabesifazane nabantwana.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:21
8 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wami uyakunabela konke enikudingayo ngokwengcebo yakhe ekukhazimuleni kuKhristu uJesu.


Kodwa abaningi abalizwayo izwi bakholwa, babebalelwa emadodeni ayizi-5 000.


Kwakungekho osweleyo phakathi kwabo, ngokuba bonke ababengabanikazi bamazwe noma bezindlu bathengisa ngakho, imali yalokho ababekuthengisile bayiletha,


UJesu wathi: “Bahlaliseni abantu.” Kwakunotshani obuningi kuleyo ndawo. Ahlala phansi-ke amadoda, ayebalelwa ezi-5 000.


Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eyayisele, yagcwala iziqabetho ezili-12.


Wabacindezela abafundi bakhe ukuba bangene esikebheni masinyane, bamendulele, baye ngaphesheya, ukuze ahlakaze izixuku.


Abadla izinkwa lapho kwakungamadoda ayizi-5 000.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite