Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:11 - IsiZulu 2020

11 Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazane; yayisilinika unina.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana; yaliyisa kunina.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana, yaliyisa kunina.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana, yaliyisa kunina.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:11
12 Referans Kwoze  

ngokuba bachitha igazi labangcwele nelabaphrofethi, ubanike igazi ukuba baliphuze; okuyikhona kubafanele.”


Ngase ngibona owesifazane edakwe yigazi labangcwele negazi lofakazi bakaJesu. Ngamangala ngokumangala okukhulu.


ngakho-ke ngifunga ngiyagomela,” ’ ” kusho iNkosi uNkulunkulu, “ ‘ “ngiyakukunikela ekuchithekeni kwegazi, ukuchitheka kwegazi kube yinsakavukela kuwe, ngokuba awukuzondi ukuchitha igazi.


“Kepha amehlo akho nenhliziyo yakho kusenzuzweni engalungile kuphela, ekuchitheni igazi elingenacala, ekucindezeleni, nasekwenzeni ubudlova.”


Abantu abathanda ukuchitha igazi bayabazonda abamsulwa, kodwa abaqotho bayakuvikela ukuphila kwakhe.


Ulaka lungulunya nentukuthelo iyisikhukhula, kepha ngubani ongema phambi komhawu na?


Maluqalekiswe ulaka lwabo ngokuba luyavutha, nentukuthelo yabo ngokuba iwunya. Ngizobehlukanisela kwaJakobe, ngibahlakazele kwa-Israyeli.


Kuthe eseyicebisile unina, yathi: “Ngiphe ngoqwembe ikhanda likaJohane, uMbhabhadisi.”


Yathumela, yamnquma uJohane ikhanda ejele.


Kwafika abafundi bakaJohane basithatha isidumbu sakhe, basimbela, base beyobikela uJesu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite