Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:10 - IsiZulu 2020

10 Yathumela, yamnquma uJohane ikhanda ejele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 yathuma yamnquma uJohane ikhanda etilongweni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Wasethuma wamquma uJohane ikhanda entolongweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wasethuma wamquma uJohane ikhanda entolongweni.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:10
12 Referans Kwoze  

kodwa ngithi kini: u-Eliya sewafika; nokho abamazanga, kodwa benza kuye abakuthandayo. Kanjalo neNdodana yomuntu izakuhlushwa yibo.”


Kuyakuthi lapho sebeqedile ubufakazi babo, isilo esiphuma kwalasha silwe nabo, sibanqobe, sibabulale.


Kepha uHerode wathi: “UJohane ngamnquma ikhanda; pho-ke ngubani lo engizwa ngaye ngalezi zinto na?” Wafuna ukumbona.


Kepha ngithi kini: u-Eliya sewafika, benza kuye abakuthandayo njengalokhu kulotshiwe ngaye.”


“Abantwana benu ngibashayele ize, abakwemukelanga ukuyalwa. Inkemba yenu idle abaphrofethi benu njengengonyama ebhubhisayo.


Kepha bazidelela izithunywa zikaNkulunkulu ngokuwabukela phansi amazwi akhe, nangokubhuqa abaphrofethi bakhe, yaze yaba nkulu intukuthelo kaSimakade ngabantu bakhe, kwesweleka ikhambi lokuyelapha.


Lokho kwayephula umoya inkosi, kepha ngenxa yezifungo eyayizenzile, nangenxa yababehleli nayo esidlweni, yayaleza ukuba inikwe.


Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazane; yayisilinika unina.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite