Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 13:13 - IsiZulu 2020

13 Yingakho-ke ngikhuluma kubo ngemizekeliso, ukuze bathi bebona, kodwa bangabonisisi; bathi bezwa, kepha bangezwisisi futhi bangaqondi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kungalokhu ngikhuluma kubo ngemifanekiso, ngokuba noma bebona, kababoni, noma bezwa, kabezwa, kabaqondi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Ngakho ngikhuluma kubo ngemifanekiso, ngokuba bebona ababoni; nokuzwa kabezwa, kabaqondi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngakho ngikhuluma kubo ngemifanekiso, ngokuba bebona ababoni; nokuzwa kabezwa, kabaqondi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 13:13
12 Referans Kwoze  

“Ndodana yomuntu, wena uhlala phakathi kwendlu ehlubukayo, banamehlo okubona kodwa ababoni, banezindlebe zokuzwa, kepha abezwa, ngokuba bayindlu ehlubakayo.


Yizwani lokhu, nina bantu abayiziwula neningenakuqonda; eninamehlo, kodwa aniboni; eninezindlebe, kodwa anizwa.


“Kepha abusisiwe amehlo enu, ngokuba ayabona; nezindlebe zenu, lokhu ziyezwa.


Kabazi, kabaqondi, ngokuba amehlo abo uwasilekile ukuze bangaboni, nezinhliziyo zabo ukuze bangaqondi.


Ngathi: “Maye, Nkosi Simakade! Bathi ngami: ‘Akakhulumi ngezaga nje na?’ ”


njengalokhu kulotshiwe ukuthi: “UNkulunkulu wabanika umoya wobuthongo obunzulu, namehlo okungaboni, nezindlebe ezingezwa, kuze kube lusuku lwanamuhla.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite