Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 10:29 - IsiZulu 2020

29 Akuthengiswa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? Nokho akukho namunye oyakuwela phansi ngaphandle kwemvume kaYihlo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Akuthengwa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? Kepha akuyikuwa phansi namunye kuyo ngaphandle kukaYihlo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Akuthengwa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? futhi ayisoze yawela phansi enye yazo ngaphandle kukaYihlo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Akuthengwa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? futhi ayisoze yawela phansi enye yazo ngaphandle kukaYihlo.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 10:29
5 Referans Kwoze  

Ngiqinisile ngithi kuwe: kawusoze waphuma khona, uze ukhiphe ifadingi lokugcina.


Bhekani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni, nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Nina anizidluli yini kakhulu na?


Kepha kwafika umfelokazi ompofu wanikela ngamafadingi amabili, okuyisitebela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite