Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 1:9 - IsiZulu 2020

9 u-Uziya wazala uJothamu, uJothamu wazala u-Ahazi, u-Ahazi wazala uHezekiya;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 u-Oziya wazala uJothamu, uJothamu wazala u-Akazi, u-Akazi wazala uHezekiya;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 U-Oziya wazala uJothamu; uJothamu wazala u-Ahazi; u-Ahazi wazala uHezekiya;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 U-Oziya wazala uJothamu; uJothamu wazala u-Ahazi; u-Ahazi wazala uHezekiya;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 1:9
11 Referans Kwoze  

UJothamu wayeneminyaka engama-25 ngesikhathi eba yinkosi. Wabusa iminyaka eli-16 eJerusalema. Igama likanina kwakunguJerusha, indodakazi kaZadoki.


U-Uziya, inkosi, waba nochoko waze waficwa lusuku lokufa kwakhe. Wayehlala endlini eyehlukanisiwe kwezinye, ngokuba enochoko. Wanqatshelwa ukuba angene endlini kaSimakade, ngokuba wayenochoko. UJothamu, indodana yakhe, wengamela indlu yenkosi, futhi wehlulela abantu bezwe.


Ngonyaka wesibili wokubusa kukaPheka, indodana kaRemaliya, inkosi yakwa-Israyeli, uJothamu, indodana ka-Uziya, waba yinkosi yakwaJuda.


U-Azariya walaliswa kokhokho bakhe, bammbela kokhokho bakhe emzini kaDavide. UJothamu, indodana ka-Azariya, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


u-Asafa wazala uJehoshafathi, uJehoshafathi wazala uJoramu, uJoramu wazala u-Uziya;


uHezekiya wazala uManase, uManase wazala u-Amoni, u-Amoni wazala uJosiya;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite