Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Kwabase-Efesu 4:3 - IsiZulu 2020

3 nishisekele ukugcina ubunye bukaMoya ngesibopho sokuthula;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 nikhuthalele ukugcina ubunye bukaMoya ngesibopho sokuthula;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 nikhuthalele ukugcina ubunye bukaMoya ngesibopho sokuthula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 nikhuthalele ukugcina ubunye bukaMoya ngesibopho sokuthula.

Gade chapit la Kopi




Kwabase-Efesu 4:3
16 Referans Kwoze  

Bazalwane, ngiyanincenga, ngegama leNkosi yethu uJesu Khristu, ukuba nikhulume ngazwi linye, kungabi bikho ukwahlukana phakathi kwenu, kodwa nipheleliswe ekubumbaneni; nibe mqondo munye, nambono munye.


Phokophelelani ukuthula nabo bonke kanye nokungcweliswa; ongenakho akasoze ayibone iNkosi.


“Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu nginithandile, nani-ke thandanani.


Elokugcina bazalwane, thokozani, nihlumeleleke, nigqugquzeleke, nibe namqondo munye, futhi nibe nokuthula; khona uNkulunkulu wothando nokuthula uyakuba nani.


Baziseni kakhulu othandweni ngenxa yomsebenzi wabo. Hlalisanani ngokuthula.


munye umzimba, munye uMoya; njengalokhu nabizelwa ethembeni linye lokubizwa kwenu;


size sifinyelele sonke ebunyeni bokukholwa nasekwazini iNdodana kaNkulunkulu, ebudodeni obupheleleyo, esilinganisweni sobukhulu bokuphelela kukaKhristu,


iyakuba nembobo yekhanda phakathi nayo, ibe nomphetho owelukiweyo oyizungezile le mbobo, njengembobo yebhantshi lensimbi ukuze ingadabuki.


Abantu bakwa-Israyeli baqembukelana, baba yizingxenye ezimbili. Enye ingxenye yabantu yalandela uThibhini, indodana kaGinathi, ukuze bambeke abe yinkosi. Enye ingxenye yalandela u-Omri.


Noma umuntu oyedwa engehlulwa, nxa bebabili bangazivikela. Intambo emicu mithathu ayigqabuki kalula.


Uma umbuso wehlukene wodwa, awusoze wema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite