Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 8:4 - IsiZulu 2020

4 ukuze izimfanelo ezinhle ezifunwa ngumthetho zifezeke kithi, thina esingahambi ngokwenyama, kodwa ngokukaMoya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 ukuze umyalo womthetho ugcwaliseke kithina esingahambi ngokwenyama kepha ngokukaMoya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 ukuze ukulunga komlayo kugcwaliseke kithi, esingahambi ngokwenyama, kodwa ngokukaMoya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 ukuze ukulunga komlayo kugcwaliseke kithi, esingahambi ngokwenyama, kodwa ngokukaMoya.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 8:4
13 Referans Kwoze  

Kepha ngithi: hambani ngoMoya, khona aniyukuzifeza izinkanuko zemvelo yenu eyonakeleyo.


nokho manje usebuyisene nani emzimbeni wenyama yayo ngokufa ukuba animise ningcwele, ningenasisihla nacala phambi kwakhe,


Kepha kuYena onamandla okunilonda ningakhubeki, animise phambi kwenkazimulo yakhe ningenasici, ninokuthokoza.


nasebandleni lamazibulo abhaliwe ezulwini, nakuNkulunkulu, uMehluleli wabo bonke, nakuyo imimoya yabalungileyo abaphelelisiweyo,


okungafunyanwanga manga emlonyeni wabo; bengenasici.


Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu, kodwa akukabonakali esiyakuba yikho. Nokho siyazi ukuthi, nxa ebonakaliswa, siyakuba njengaye, ngokuba siyakumbona njengokuba enjalo.


Ngakho-ke uma ongasokile egcina izimiso zomthetho, ukungasoki kwakhe akuyukubalwa yini ukuthi kungukusoka na?


Babelungile bobabili phambi kukaNkulunkulu, behamba ngayo yonke imiyalo nezimiso zeNkosi, bengasoleki.


Ngakho-ke umthetho siwenza ize yini ngenxa yokukholwa na? Qha akunjalo, kodwa siyawuqinisa umthetho.


Ngiyacela manje ukuba uma nginani kungadingeki ukuba ngibonise isibindi ngokubaqonda ngqo labo abathi sihamba ngokwenyama.


Nakuba siphila sisenyameni, kasilwi ngokwenyama,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite