Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 8:12 - IsiZulu 2020

12 Ngakho-ke bazalwane, asinasikweletu kuyo inyama ukuba siphile ngayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngalokho-ke, bazalwane, asinacala kuyo inyama lokuba sihambe ngokwenyama.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Ngakho-ke, bazalwane, sinecala, kungeyisikho kuyo inyama, ukuze siphile ngokwenyama.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngakho-ke, bazalwane, sinecala, kungeyisikho kuyo inyama, ukuze siphile ngokwenyama.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 8:12
7 Referans Kwoze  

Impela ngiyinceku yakho Simakade, ngiyinceku yakho, indodana yencekukazi yakho, uzikhumulile izintambo zami.


sithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanecala kithi;


Uma-ke uMoya walowo owavusa uJesu kwabafileyo ehlala kini, lowo owamvusa uKhristu uJesu kwabafileyo uyakuyiphilisa nemizimba yenu efayo ngaye uMoya wakhe ohlala kini.


Ngokuba uma nihamba ngokwenyama, nizakufa noma kanjani, kodwa uma nibulala imisebenzi yomzimba ngoMoya, nizakuphila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite