Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 6:1 - IsiZulu 2020

1 Sizakuthini na? Siqhubeke sihlale esonweni ukuze kuvame umusa na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngakho siyakuthini na? Sihlale esonweni, ukuze kuvame umusa na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Pho siyakuthini na? Sihlale esonweni, ukuze kuvame umusa?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Pho siyakuthini na? Sihlale esonweni, ukuze kuvame umusa?

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 6:1
9 Referans Kwoze  

Nina ningabakhululekileyo, kodwa ningakwenzi ukukhululeka kwenu kube yisembozo sokubi, kepha ziphatheni njengezinceku zikaNkulunkulu.


Ngokuba nina bazalwane nabizelwa enkululekweni, ningayisebenzisi-ke inkululeko njengezaba zokwenza imisebenzi yenyama, kodwa khonzanani ngothando.


Pho senzenjani na? Siyakona yini ngokuba singekho phansi komthetho, kodwa siphansi komusa na? Qha akunjalo.


Kumbe uyayidelela yini ingcebo yobumnene bakhe, neyokubekezela, kungakukhanyeli ukuthi ubumnene bukaNkulunkulu bukuholela ekuphendukeni na?


Ngokuba abathile sebengene isinyenyela phakathi kwenu, okwalotshwa ngabo phambilini ukuthi bamiselwe ukubhujiswa njengabangalungile. Bahlanekezela umusa kaNkulunkulu wethu, bawenze ube yizaba zokwenza amanyala, beyiphika iNkosi yethu uJesu Khristu okunguYena kuphela uMbusi.


Ngakho-ke umthetho siwenza ize yini ngenxa yokukholwa na? Qha akunjalo, kodwa siyawuqinisa umthetho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite