Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 5:16 - IsiZulu 2020

16 Isipho asinjengakho ukona kwamuntu munye, ngokuba uma ukwehlulela kwaba ngoyedwa, kube ngukulahlwa, isipho somusa sona saba ngeziphambeko eziningi, kube ngukulungisiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Isipho asinjengokona kwalowo emunye, ngokuba uma ukwahlulela kwaba ngoyedwa kube ngukulahlwa, isipho somusa sona-ke saba ngeziphambeko eziningi kube ngukulungisiswa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Futhi isipho asinjengoba saba ngowomunye owonayo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Futhi isipho asinjengoba saba ngowomunye owonayo;

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 5:16
14 Referans Kwoze  

“Wozani-ke sidingide lolu daba,” kusho uSimakade. “Noma izono zenu zibomvu njengegazi, ziyokuba mhlophe njengeqhwa; noma zibomvu klebhu, ziyoba mhlophe njengoboya bezimvu.


Iziphambeko zakho ngizesule njengefu, nezono zakho njengomlaza; buyela kimi, ngokuba ngikuhlengile.”


“Mina, Mina nginguye owesula iziphambeko zakho ngenxa yami; angiyukuzikhumbula izono zakho.


Ngokuba ogcina wonke umthetho, kodwa akhubeke kowodwa nje, unecala kuwo wonke.


Ngokuba bonke abayeme emisebenzini yomthetho, baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangabambeleli, bakwenze konke njalo okulotshwe encwadini yomthetho.”


Kepha ngokwehlulelwa yiNkosi, siyayalwa ukuze singalahlwa kanye nezwe.


“Ngokuba uma nithethelela abantu iziphambeko zabo, noYihlo wasezulwini uyakunithethelela nani.


Kanjalo akusekho ukulahlwa kwabakuKhristu uJesu.


iduna, inqama, nemvu yeduna enonyaka, ukuze kube ngumnikelo wokushiswa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite