Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 4:2 - IsiZulu 2020

2 Ngokuba uma u-Abhrahama walungisiswa ngemisebenzi, unokuzigabisa, kodwa hhayi phambi kukaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba uma u-Abrahama walungisiswa ngemisebenzi, unakho ukuzibonga; kodwa phambi kukaNkulunkulu qha.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Ngokuba uma u-Abrahama walungisiswa ngemisebenzi, unakho ukuzibonga; kodwa hhayi phambi kukaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba uma u-Abrahama walungisiswa ngemisebenzi, unakho ukuzibonga; kodwa hhayi phambi kukaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 4:2
21 Referans Kwoze  

ukuba kube njengalokhu kulotshiwe ukuthi: “Ozibongayo makazibonge eNkosini.”


Uma kufanele ngizincome, ngiyakuzincoma ngobuthakathaka bami.


ngifunyanwe kuye ngingenakho ukulunga okungokomthetho, kodwa lokho okuvela ngokukholwa nguKhristu, ngisho ukulunga okuvela kuNkulunkulu ngokukholwa,


futhi akuyi ngemisebenzi, funa kube khona ozibongayo.


Kepha umbhalo ukuvalela konke phansi kwesono, ukuze isithembiso ngokukholwa kuJesu Khristu samukeliswe labo abakholwayo.


Ngokuba uma ngishumayela ivangeli, lokho akuyona into engingazikhukhumeza ngayo, ngokuba ngimele ukuba ngenze kanjalo. Maye, kimina uma ngingalishumayeli ivangeli!


ukuze kungabi bikho muntu ozigabisayo phambi kukaNkulunkulu.


Asizincomi futhi kini, kodwa sininika ithuba lokuzitusa ngathi, ukuze nikwazi ukuphendula labo abazigabisa ngokubonakalayo kungesikho okusenhliziyweni.


Ngakho-ke ngiyazigabisa kuKhristu uJesu mayelana nokukaNkulunkulu,


UFaro wayesebiza u-Abhrama wathi kuye: “Yini le nto oyenze kimi na? Awungitshelanga ngani ukuthi ungumkakho na?


Kepha engikwenzayo ngizoqhubeka ngikwenze, ukuze ngibancishe ithuba labo abafuna ithuba lokuba babonakale kungathi bayalingana nathi ngalokho abazincoma ngakho.


Ngubani okwenze waba ngcono kunabanye wena na? Yini onayo ongayiphiwanga na? Uma-ke uyiphiwe, pho kungani uzigabisa kube sengathi awuyamukeliswanga na?


Wayesethi kimi: “Ngena, ubone izinengiso ezimbi abazenzayo lapha.”


UJoshuwa wathi kubo bonke abantu: “Usho kanje uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Emandulo okhokho benu, uThera namadodana akhe u-Abhrahama noNahori, babehlala ngaphesheya komfula, bekhonza abanye onkulunkulu.


UFaro wayeseyaleza abantu bakhe ukuba babakhombe indlela ababeze ngayo o-Abhrama nomkakhe nakho konke ayenakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite