Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 3:7 - IsiZulu 2020

7 Kepha uma iqiniso likaNkulunkulu livama ngenxa yamanga ami, kube yinkazimulo kuye, pho ngisahlulelelwani mina njengesoni na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha uma iqiniso likaNkulunkulu lavama ngamanga ami, kube yinkazimulo yakhe, ngisahlulelelwani futhi mina njengesoni na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ngokuba uma iqiniso likaNkulunkulu lavama kakhulu ngamanga ami kube yinkazimulo yakhe; ngisagwetshelwani mina njengesoni na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba uma iqiniso likaNkulunkulu lavama kakhulu ngamanga ami kube yinkazimulo yakhe; ngisagwetshelwani mina njengesoni na?

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 3:7
17 Referans Kwoze  

Phinde, neze, kepha makwazeke ukuthi: uNkulunkulu uqinisile, kodwa bonke abantu bangabaqambimanga, njengokuba kulotshiwe ukuthi: “Ukuze uthiwe ungolungileyo emazwini akho, unqobe ekwahlulelweni kwakho.”


UJesu wathi kuye: “Ngiqinisile ngithi kuwe: ngalobu busuku, ngaphambi kokuba iqhude likhale, uzakungiphika kathathu.”


Yena lowo esenikelwe ngesu elimisiwe phambilini nangokwazi kukaNkulunkulu, nambethela ngezandla zabangenamthetho, nambulala.


Ngalolo lusuku uSimakade wabasindisa abakwa-Israyeli esandleni sabaseGibhithe; abakwa-Israyeli babona izidumbu zabaseGibhithe ogwini lolwandle.


Yabikelwa inkosi yaseGibhithe ukuthi abantu babalekile. UFaro nezinceku zakhe baguqula umqondo mayelana nabantu, bathi: “Yini le esiyenzileyo ukuba sikhulule abakwa-Israyeli bangabe besasisebenzela na?”


Ngiyazi ukuthi inkosi yaseGibhithe ayiyukunivumela ukuba nihambe, ngaphandle kokuba ngiyicindezele ngesandla esinamandla.


Wozani siyibulale, siyiphonse komunye wemigodi, bese sithi kubaba: ‘Udliwe yisilwane esibi sasendle,’ sibone-ke ukuthi amaphupho akhe ayofika kuphi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite