Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 16:1 - IsiZulu 2020

1 Ngiyamncoma kini udadewethu, uFoyibe, oyidikoni ebandleni laseKhenikhreya,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngiyamncoma kini uFebe, udadewethu oyisikhonzi sebandla laseKenikreya,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Ngiyamtusa kini uFebe udadewethu oyisikhonzi sebandla eliseKenikreya;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngiyamtusa kini uFebe udadewethu oyisikhonzi sebandla eliseKenikreya;

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 16:1
10 Referans Kwoze  

Kuthe uPawula esehlale lapho izinsuku eziningi, wavalelisa kubazalwane, wahamba ngomkhumbi, waya eSiriya noPhrisila no-Akhwila; eseligundile ikhanda lakhe eKhenikhreya, ngokuba wayezibophezele ngesifungo.


Uma umzalwane noma umzalwanekazi ehlubule, eswele ukudla imihla ngemihla,


abesifazane asebekhulile ubayale njengonyoko, nalabo abasebasha njengodadewenu, ngenhlanzeko yonke.


Ngokuba yilowo nalowo owenza intando kaBaba osezulwini, ungumfowethu nodadewethu nomame.”


Ngabe sesiqala ukuzincoma yini na? Kumbe nathi sidinga izincwadi zokusincoma kini noma ezivela kini njengoba abanye bezidinga na?


uJowana umkaKhuza, induna kaHerodi, uSusana, nabanye abaningi ababebalekelela ngalokho ababenakho.


ongayukwemukeliswa ngekhulu manje kulesi sikhathi: izindlu, abafowabo, odadewabo, onina, abantwana, amasimu, nokuhlushwa; esikhathini esizayo ukuphila okuphakade.


naku-Afiya udadewethu no-Arkhiphu obutho linye nathi, nasebandleni elibuthanela emzini wakho:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite