Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 15:1 - IsiZulu 2020

1 Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka balabo abangenamandla, singazithokozisi thina.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka babangenamandla singazithokozisi thina.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Ngakho-ke thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka bababuthakathaka, singazithokozisi thina.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngakho-ke thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka bababuthakathaka, singazithokozisi thina.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 15:1
13 Referans Kwoze  

Bazalwane, siyanikhuthaza futhi niwayale amavila; duduzani abajabhileyo, nisekele ababuthakathaka, futhi nibabekezelele bonke.


Kepha memukeleni obuthakathaka ekukholweni, kungabi ngemidlinzo yokumehlulela.


Kwababuthakathaka ngaba buthakathaka, ukuze ngizuze ababuthakathaka. Sengaba yikho konke kubo bonke, ukuze ngakho konke ngisindise abanye.


Nginilobele, bantwanyana, ngokuba niyamazi uYise. Nginilobele, boyise, ngokuba niyamazi Yena okhona kusukela kwasekuqaleni. Nginilobele, zinsizwa, ngokuba ninamandla; izwi likaNkulunkulu lihlala kini, nimnqobile omubi.


Ngakho-ke wena mntanami, qina emseni okuKhristu uJesu.


Nokho akasingabazanga isithembiso sikaNkulunkulu ngokungakholwa, kodwa waqina ekukholweni, enika uNkulunkulu udumo,


Elokugcina, qinani eNkosini nasemandleni ayo amakhulu.


Ngalokho ngiyathokoza ebuthakathakeni bami, ekwedelelweni, ebunzimeni, ekuhlushweni, nasebunzimeni bonke ngenxa kaKhristu, ngokuba uma ngibuthakathaka, kulapho-ke nginamandla khona.


Thina siyiziwula ngenxa kaKhristu, kodwa nina nihlakaniphile kuKhristu. Thina sibuthakathaka, kepha nina ninamandla. Nina niyadunyiswa, kodwa thina siyadunyazwa.


Omunye ukholwa ukuthi angakudla konke, kodwa obuthakathaka udla imifino kuphela.


Yilowo nalowo anganaki okungokwakhe, kodwa anake nokwabanye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite