Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 11:8 - IsiZulu 2020

8 njengalokhu kulotshiwe ukuthi: “UNkulunkulu wabanika umoya wobuthongo obunzulu, namehlo okungaboni, nezindlebe ezingezwa, kuze kube lusuku lwanamuhla.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 njengalokho kulotshiwe ukuthi: “UNkulunkulu wabanika umoya wobuthongo, amehlo okungaboni, nezindlebe zokungezwa, kuze kube lusuku lwanamuhla.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 njengokulotshiweyo ukuthi: UNkulunkulu ubaphile umoya wobuthongo, amehlo ukuze bangaboni, lezindlebe ukuze bangezwa, kuze kube lamuhla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 njengokulotshiweyo ukuthi: UNkulunkulu ubaphile umoya wobuthongo, amehlo ukuze bangaboni, lezindlebe ukuze bangezwa, kuze kube lamuhla.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 11:8
13 Referans Kwoze  

Kepha uSimakade akaninikanga inhliziyo yokuba nazi, namehlo okuba nibone, nezindlebe zokuba nizwe kuze kube yinamhlanje.


Ngokuba uSimakade uthululele kini umoya wobuthongo obunzulu, uvale amehlo abaphrofethi bakini, wemboza amakhanda ezangoma zakini.


“Ndodana yomuntu, wena uhlala phakathi kwendlu ehlubukayo, banamehlo okubona kodwa ababoni, banezindlebe zokuzwa, kepha abezwa, ngokuba bayindlu ehlubakayo.


Wathi: “Nina ninikezwe ukuba nazi izimfihlakalo zombuso kaNkulunkulu, kodwa abanye batshelwa ngemizekeliso, ukuze kuthi bebona, kodwa bangabonisisi, bathi bezwa, kepha bangaqondi.


Yizwani lokhu, nina bantu abayiziwula neningenakuqonda; eninamehlo, kodwa aniboni; eninezindlebe, kodwa anizwa.


“ ‘Hamba uye kulesi sizwe, uthi: “Niyakuzwa nokuzwa, kepha ningaqondi, niyakubona nokubona, ningabonisisi,


Yathi: “Hamba uthi kulaba bantu: “ ‘Yizwani, yizwani, kodwa ningaqondi; bonani, bonani, kodwa ningazi.’


Lezi zizwe zesaba uSimakade, kodwa zakhonza izithombe zazo ezibaziweyo, kanjalo nabantwana bazo, nabantwana babantwana bazo; njengalokhu benzile oyise, zenza kanjalo nazo kuze kube namuhla.


Kuze kube namuhla basenza imikhuba yabo yakuqala. Abamesabi uSimakade, abazilandeli izimiso zakhe, izehlulelo, imithetho, nemiyalelo uSimakade ayala ngakho abantwana bakaJakobe, amqamba igama wathi ngu-Israyeli.


Ngabangcolisa ngeminikelo yabo ngokudabulisa emlilweni wonke amazibulo, ukuze ngibesabise, yikhona bezokwazi ukuthi nginguSimakade.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite