Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 11:1 - IsiZulu 2020

1 Ngalokho-ke ngithi: ngabe uNkulunkulu usilahlile yini isizwe sakhe na? Qha nakanye, ngokuba nami ngingumIsrayeli, wenzalo ka-Abhrahama, wesizwe sakwaBhenjamini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngalokho ngithi: UNkulunkulu usilahlile isizwe sakhe na? Qha nakanye, ngokuba nami ngingumIsrayeli, wenzalo ka-Abrahama, wesizwe sakwaBenjamini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Ngakho ngithi: UNkulunkulu ubalahlile abantu bakhe na? UNkulunkulu akakuvumeli. Ngokuba nami ngingumIsrayeli, wenzalo ka-Abrahama, wesizwe sakwaBenjamini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngakho ngithi: UNkulunkulu ubalahlile abantu bakhe na? UNkulunkulu akakuvumeli. Ngokuba nami ngingumIsrayeli, wenzalo ka-Abrahama, wesizwe sakwaBenjamini.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 11:1
17 Referans Kwoze  

BangamaHebheru yini na? Nami nginguye. Bangaba-Israyeli na? Nami nginguye. Bangabolibo luka-Abhrahama na? Nami ngiyilo.


USimakade akayukubashiya abantu bakhe ngenxa yegama lakhe elikhulu, lokhu kwaba kuhle kuSimakade ukuba azenzele nina nibe ngabantu bakhe.


Ngasokwa ngosuku lwesishiyagalombili, ngingowohlanga luka-Israyeli, owesizwana sakwaBhenjamini, umHebheru wamaHebheru, ngokomthetho ngingumFarisi.


“Bonke abaJuda bayayazi inkambo yami kusukela ekuqaleni, ebusheni bami phakathi kwabakithi naseJerusalema.


“Mina ngiyindoda engumJuda ezalwa eTharsu eKhilikhiya, kodwa ngakhulela kuwo lo muzi, ngasezinyaweni zikaGamaliyeli, ngafundiswa ngesineke ngomthetho wobaba, ngishisekela uNkulunkulu njengalokhu nani ninjalo namuhla.


UNkulunkulu wami uyakubalahla, ngokuba abamlalelanga, bayakuba yimihambima phakathi kwezizwe.


Ngokuba uSimakade akayukubalahla abantu bakhe, nefa lakhe akayukulishiya.


ngokuba ngangifisa ukuba ngoqalekisiweyo, ngisuswe kuKhristu ngenxa yabazalwane bami abangabakithi ngokobuzwe,


Phinde, neze, kepha makwazeke ukuthi: uNkulunkulu uqinisile, kodwa bonke abantu bangabaqambimanga, njengokuba kulotshiwe ukuthi: “Ukuze uthiwe ungolungileyo emazwini akho, unqobe ekwahlulelweni kwakho.”


USimakade wathi: “Naye uJuda ngiyakumsusa ebusweni bami njengoba ngenzile ku-Israyeli, lo muzi engawukhethayo, iJerusalema, nendlu engathi ngayo iGama lami liyakuba lapho, ngizakuwulahla.”


“Ngabe iNkosi iyokuyekelela kuze kube phakade na? Ayiyukuphinda yini ikwenzele umusa?


Uzakuza, ababhubhise labo balimi, isivini asiqashise kwabanye.” Kuthe bekuzwa lokho bathi: “Qha, makungenzeki kanjalo.”


Ngakho-ke ngithi: abakhubekanga ukuze bawe na? Qha akunjalo; kepha ngesiphambeko sabo, insindiso ifinyelele kwabezizwe ukuze kuvuswe isikhwele kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite