Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseRoma 1:15 - IsiZulu 2020

15 Ngokwami ngiyalangazelela ukushumayela ivangeli nakinina baseRoma.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 kanjalo mina ngokwami nginesifiso sokushumayela ivangeli nakinina baseRoma.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Ngakho-ke njengoba ngikimi, ngizimisele ukushumayela ivangeli nakinina baseRoma.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngakho-ke njengoba ngikimi, ngizimisele ukushumayela ivangeli nakinina baseRoma.

Gade chapit la Kopi




KwabaseRoma 1:15
12 Referans Kwoze  

Ngokwenza kanjalo ngangihlose ukushumayela lapho uKhristu ayengakaziwa khona, ukuze ngingakhi phezu kwesisekelo somunye.


Ngokuba uma ngikwenza lokho ngokuthanda kwami, nginomvuzo, kodwa uma kungesikho ukuthanda kwami, khona kungumsebenzi engiwuphathisiweyo.


Ngabuye ngezwa izwi leNkosi lithi: “Ngiyothuma bani, ngubani oyosiyela na?” Ngase ngithi: “Bheka, nangu mina; thuma mina.”


Ngakho-ke nxusani iNkosi yokuvuna ukuba ithume izisebenzi, ziye ekuvuneni kwayo.”


Kepha uSimakade wathi kuDavide, ubaba: ‘Njengokuba kusenhliziyweni yakho ukwakhela igama lami indlu, wenza kahle, ngokuba kusenhliziyweni yakho lokho;


Uma kukhona ukulangazela, nesipho siyemukeleka njengalokhu umuntu ethanda, kungayi ngalokho angenakho.


Uma kungenzeka, hlalani ngokuthula nabantu bonke.


Nokho uPawula waphendula wathi: “Nenzani ukuba nikhale nidabukise inhliziyo yami na? Ngokuba mina sengikulungele, hhayi nje ukuboshwa kuphela, kodwa nokufa eJerusalema ngenxa yegama leNkosi uJesu.”


UJesu wathi kubo: “Ukudla kwami kungukuba ngenze intando yongithumileyo, nokuba ngiwuphothule umsebenzi wakhe.


Wenze okungangamandla akhe; uwugcobile umzimba wami, ewugcobela ukuba umbelwe ngaphambi kwesikhathi.


Bayakushumayela kanjani uma bengathunywa na? Njengokuba kulotshiwe ukuthi: “Yeka, zinhle kangakanani izinyawo zabashumayela izindaba ezinhle.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite