Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 4:29 - IsiZulu 2020

29 Njengalokhu owayezelwe ngokwenyama wamhlupha owayezelwe ngokukaMoya, kusenjalo namanje.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Kepha njengakuleso sikhathi owazalwa ngokwenyama wazingela owazalwa ngokoMoya, kunjalo-ke namanje.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Kodwa njengakulesosikhathi owazalwa ngokwenyama wazingela owazalwa ngokoMoya, kunjalo lakhathesi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Kodwa njengakulesosikhathi owazalwa ngokwenyama wazingela owazalwa ngokoMoya, kunjalo lakhathesi.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 4:29
11 Referans Kwoze  

USara ebona ukuthi indodana ezalwa nguHagari umGibhithe, ayizalela u-Abhrahama, ihlekisa ngo-Isaka,


Kepha mina, bazalwane, uma ngisashumayela ukusoka, pho ngizingelelwani na? Ukuba bekunjalo ngabe sisusiwe isikhubekiso sesiphambano.


Ngokuba uma nihamba ngokwenyama, nizakufa noma kanjani, kodwa uma nibulala imisebenzi yomzimba ngoMoya, nizakuphila.


Kepha eyesigqilakazi yayizelwe ngokwenyama, kodwa eyokhululekileyo izelwe ngokwesithembiso.


“Njengalokhu uBaba engithandile, nami nginithandile; hlalani othandweni lwami.


UJesu waphendula, wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: uma umuntu engazalwa ngamanzi nangoMoya, ngeke angene embusweni kaNkulunkulu.


Kanjalo akusekho ukulahlwa kwabakuKhristu uJesu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite