Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 4:27 - IsiZulu 2020

27 Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Thokoza wena nyumba ongazalanga, dazuluka wena ongakaze uhelelwe, ngokuba abantwana boyisikhwebu baningi kunabantwana bonendoda.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Thokoza wena nyumba ongazaliyo; mpompoloza wena ongenamihelo; ngokuba abantwana boyisikhwebu baningi kunabakhe onendoda.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Jabula wena nyumba ongazalanga; gqamuka ukhale, wena ongabhibhiyo, ngokuba abantwana boyisigebenga baningi kunalowo onomyeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Jabula wena nyumba ongazalanga; gqamuka ukhale, wena ongabhibhiyo, ngokuba abantwana boyisigebenga baningi kunalowo onomyeni.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 4:27
9 Referans Kwoze  

Inyumba uyayipha ukuphatha umuzi, ibe ngunina othokozayo wabantwana. Haleluya!


Abebesuthi sebeyaziqashisa ukuze bathole ukudla; abebelambile sebeyekile ukulamba. Yebo, obeyinyumba uzele abayisikhombisa; onabantwana abaningi uyancunzeka.


Lowo ongumfelokazi ngempela, ongenabani, uthembele kuNkulunkulu, uhlala enxusa, ekhuleka ubusuku nemini.


Uyothi enhliziyweni yakho: ‘Ngubani ongizalele laba bantwana, lokhu ngiphuciwe abantwana bami, angisenalutho, ngingumthunjwa nozulane na? Ngubani obakhulisile laba na? Bheka, ngasala ngedwa, babekuphi laba na?’ ”


U-Absalomu umnewabo wathi kuye: “Ubenawe yini umnewenu, u-Amnoni na? Thula, dadewethu; ungumnewenu, ungayibeki inhliziyo yakho kule nto.” UThamari wahlala eyisikhwebu endlini ka-Absalomu, umnewabo.


Bantwana bami, enginezinseka ngani, uKhristu aze abunjwe kini;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite