Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 4:22 - IsiZulu 2020

22 Ngokuba kulotshiwe ukuthi u-Abhrahama wayenamadodana amabili, enye kungeyesigqilakazi enye kungeyokhululekileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngokuba kulotshiwe ukuthi u-Abrahama wayenamadodana amabili, enye kuso isigqilakazi nenye kokhululekileyo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Ngokuba kulotshiwe ukuthi u-Abrahama wayenamadodana amabili, enye kweyesigqilakazi, enye kowesifazane okhululekileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngokuba kulotshiwe ukuthi u-Abrahama wayenamadodana amabili, enye kweyesigqilakazi, enye kowesifazane okhululekileyo.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 4:22
7 Referans Kwoze  

UHagari wamzalela u-Abhrama indodana. U-Abhrama wayiqamba indodana yakhe ngokuthi ngu-Ishmayeli.


wathi ku-Abhrahama: “Xosha lesi sigqila nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqila ngeke idle ifa nendodana yami u-Isaka.”


Kepha eyesigqilakazi yayizelwe ngokwenyama, kodwa eyokhululekileyo izelwe ngokwesithembiso.


Kepha uthini umbhalo na? Uthi: “Xosha isigqilakazi nendodana yaso, indodana yesigqilakazi ayinakulidla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.”


Ngakho-ke bazalwane, asisibo abantwana besigqilakazi, kodwa singabantwana bokhululekileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite