Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 4:2 - IsiZulu 2020

2 Iphansi komqaphi nomphathi, kuze kufike isikhathi esamiswa nguyise phambilini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 kodwa iphansi kwabaphathi nababonisi, kuze kube yisikhathi esamiswa nguyise ngaphambili.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 kodwa iphansi kwabaphathi nababusi kuze kufike isikhathi esamiswa nguyise.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 kodwa iphansi kwabaphathi nababusi kuze kufike isikhathi esamiswa nguyise.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 4:2
7 Referans Kwoze  

Nakuba ningaba nabafundisi abayizi-10 000 kuKhristu, nokho oyihlo ababaningi, ngokuba yimina enganizala kuKhristu uJesu ngevangeli.


Manje ngithi, ngesikhathi indlalifa iseyingane, ayehlukile neze esigqileni nanxa iyinkosi yakho konke.


Nathi ngokunjalo, siseyizingane, sasiyizigqila phansi kwezimfundiso zomhlaba.


“Ngesikhathi esinqunyiweyo iyakubuya, iye eningizimu, kepha akuyukuba sekugcineni njengasekuqaleni.


Ngokuba umbono usalokhu ungowesikhathi esinqunyiweyo, uyakushesha ufike esiphethweni, awuyukukhohlisa; nakuba uyakubambezeleka, ulinde, ngokuba impela uyakufika, awuyukwephuza.


Uma nihlala kimi, namazwi ami ehlala kini, niyakucela enikuthandayo, nikwenzelwe.


Ngakho umthetho wawungumqaphi wethu osiyisa kuKhristu, ukuze silungisiswe ngokukholwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite